Ukushayisana kwesiko nemfundo enovelini ethi lmpi yabomdabu isethunjini

IF 0.4 0 LANGUAGE & LINGUISTICS South African Journal of African Languages Pub Date : 2023-05-04 DOI:10.1080/02572117.2023.2248744
Melusi Msomi
{"title":"Ukushayisana kwesiko nemfundo enovelini ethi <i>lmpi yabomdabu isethunjini</i>","authors":"Melusi Msomi","doi":"10.1080/02572117.2023.2248744","DOIUrl":null,"url":null,"abstract":"AbstractLeli phepha lihlaziya ukushayisana phakathi kwesiko nemfundo okwenzeka enovelini ethi: lmpi yabomdabu isethunjini ebhalwe ngu JC Buthelezi ngowezi-2015. Kule noveli kubonakala sengathi kukhona ukungaqondi kwabanye abalingiswa ukuthi imfundo iyini nokuthi uma umuntu esefundile kufanele aziphathe kanjani. Lokho kugcina sekudala uqhekeko nokungezwani emndenini. Lokhu kungaqondwa kweqhaza elibanjwe imfundo nesiko emndenini kugcina kudale ukuthi imindeni ingasahambelani ngenxa yokungezwani okudalwa ukusetshenziswa kwemfundo ngendlela engafanele. Kuleli phepha kuhlaziywa izinto ezidala umonakalo ekhaya uma amalungu omndeni engaliqondi isiko okumele lenziwe uma intombazane ithole izingane ekhaya yabe isiyogana yazishiya ekhaya lezo zingane. Uma leli siko lingaqondwa, lokho kungadala omkhulu umonakalo kuze kuhlukane umuzi phakathi imbala. lnhloso yaleli phepha ukuthola ukuthi ikuphi okumele kwenziwe uma imindeni inenkinga yokungaboni ngaso linye ekusetshenzisweni kwamasiko kanye nemfundo. Leli phepha lihlose ukuveza ukuthi imfundo kanye nesiko kungahlanganiswa kanjani ukubumba imindeni ngaphandle kokubukelana phansi. Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi. Kusetshenziswe isampula ebizwa ngeprobability kanye nepurposive ukuthola ulwazi kubantu abathile ababambe iqhaza ocwaningweni. lnsizakuhlaziya esetshenziswe kulolu cwaningo ibizwa ngokuthi yi-Cultural theory. Le nsizakuhlaziya iveza ukuthi isiko liyindlela yokuphila elandelwa ngabantu abaningi esizweni. Lakhiwe indlela abantu abaziphatha ngayo eyenza ukuba ligcine seliyinto eyamukelekile. Leli phepha lithole ukuthi abantu abafundile bazibona bengcono kunalabo abangafundile abalandela amasiko. Okuvelile ngukuthi eqinisweni ukufunda okuhle ukubheka impllo ngeso elibanzi, elikwazi ukuhlanganisa amasiko nolwazi lwemfundo ngobuhlakani nangenhloso yokwakha isizwe esisha esingacwasani ngokwezinga lempilo.The conflict between culture and education in the novel/mpiyabomdabu isethunjiniThis article analyses the conflict between culture and education in the novel lmpi yabomdabu isethunjini by JC Buthelezi, published in 2015. Some characters in this novel seem to lack understanding of the relationship between culture (traditional practices) and education. Characters such as Bafana and Popi think that culture is for uneducated people; they think education is more significant than culture. This conflict becomes problematic because some characters end up losing everything they have, arguably because of not adhering to their culture. Bafana and Popi think that education makes them better than other community members. This analysis uses a qualitative approach as the data-collection method. Cultural theory is used to analyse data because of how it exhibits the ways humans interpret their environments. The findings indicate that there is a conflict between education and culture in this novel: those who had the privilege of receiving an education think that they are better than those who are not formally educated and who adhere to cultural practices. Those who are uneducated respect both culture and education because they believe that both are important in their lives. In the end, the characters who do not respect and follow culture lose everything that they worked for. Those who respect and follow culture have everything they want in life. The article concludes that a good education is one that views life from a more nuanced perspective, that can hold both life-giving traditional practices and education in high regard in order to build a nation of people that do not look down on others.","PeriodicalId":42604,"journal":{"name":"South African Journal of African Languages","volume":null,"pages":null},"PeriodicalIF":0.4000,"publicationDate":"2023-05-04","publicationTypes":"Journal Article","fieldsOfStudy":null,"isOpenAccess":false,"openAccessPdf":"","citationCount":"0","resultStr":null,"platform":"Semanticscholar","paperid":null,"PeriodicalName":"South African Journal of African Languages","FirstCategoryId":"1085","ListUrlMain":"https://doi.org/10.1080/02572117.2023.2248744","RegionNum":0,"RegionCategory":null,"ArticlePicture":[],"TitleCN":null,"AbstractTextCN":null,"PMCID":null,"EPubDate":"","PubModel":"","JCR":"0","JCRName":"LANGUAGE & LINGUISTICS","Score":null,"Total":0}
引用次数: 0

Abstract

AbstractLeli phepha lihlaziya ukushayisana phakathi kwesiko nemfundo okwenzeka enovelini ethi: lmpi yabomdabu isethunjini ebhalwe ngu JC Buthelezi ngowezi-2015. Kule noveli kubonakala sengathi kukhona ukungaqondi kwabanye abalingiswa ukuthi imfundo iyini nokuthi uma umuntu esefundile kufanele aziphathe kanjani. Lokho kugcina sekudala uqhekeko nokungezwani emndenini. Lokhu kungaqondwa kweqhaza elibanjwe imfundo nesiko emndenini kugcina kudale ukuthi imindeni ingasahambelani ngenxa yokungezwani okudalwa ukusetshenziswa kwemfundo ngendlela engafanele. Kuleli phepha kuhlaziywa izinto ezidala umonakalo ekhaya uma amalungu omndeni engaliqondi isiko okumele lenziwe uma intombazane ithole izingane ekhaya yabe isiyogana yazishiya ekhaya lezo zingane. Uma leli siko lingaqondwa, lokho kungadala omkhulu umonakalo kuze kuhlukane umuzi phakathi imbala. lnhloso yaleli phepha ukuthola ukuthi ikuphi okumele kwenziwe uma imindeni inenkinga yokungaboni ngaso linye ekusetshenzisweni kwamasiko kanye nemfundo. Leli phepha lihlose ukuveza ukuthi imfundo kanye nesiko kungahlanganiswa kanjani ukubumba imindeni ngaphandle kokubukelana phansi. Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi. Kusetshenziswe isampula ebizwa ngeprobability kanye nepurposive ukuthola ulwazi kubantu abathile ababambe iqhaza ocwaningweni. lnsizakuhlaziya esetshenziswe kulolu cwaningo ibizwa ngokuthi yi-Cultural theory. Le nsizakuhlaziya iveza ukuthi isiko liyindlela yokuphila elandelwa ngabantu abaningi esizweni. Lakhiwe indlela abantu abaziphatha ngayo eyenza ukuba ligcine seliyinto eyamukelekile. Leli phepha lithole ukuthi abantu abafundile bazibona bengcono kunalabo abangafundile abalandela amasiko. Okuvelile ngukuthi eqinisweni ukufunda okuhle ukubheka impllo ngeso elibanzi, elikwazi ukuhlanganisa amasiko nolwazi lwemfundo ngobuhlakani nangenhloso yokwakha isizwe esisha esingacwasani ngokwezinga lempilo.The conflict between culture and education in the novel/mpiyabomdabu isethunjiniThis article analyses the conflict between culture and education in the novel lmpi yabomdabu isethunjini by JC Buthelezi, published in 2015. Some characters in this novel seem to lack understanding of the relationship between culture (traditional practices) and education. Characters such as Bafana and Popi think that culture is for uneducated people; they think education is more significant than culture. This conflict becomes problematic because some characters end up losing everything they have, arguably because of not adhering to their culture. Bafana and Popi think that education makes them better than other community members. This analysis uses a qualitative approach as the data-collection method. Cultural theory is used to analyse data because of how it exhibits the ways humans interpret their environments. The findings indicate that there is a conflict between education and culture in this novel: those who had the privilege of receiving an education think that they are better than those who are not formally educated and who adhere to cultural practices. Those who are uneducated respect both culture and education because they believe that both are important in their lives. In the end, the characters who do not respect and follow culture lose everything that they worked for. Those who respect and follow culture have everything they want in life. The article concludes that a good education is one that views life from a more nuanced perspective, that can hold both life-giving traditional practices and education in high regard in order to build a nation of people that do not look down on others.
查看原文
分享 分享
微信好友 朋友圈 QQ好友 复制链接
本刊更多论文
Ukushayisana kwesiko nemfundo enovelini ethi lmpi yabomdabu isethunjini
AbstractLeli phepha lihlaziya ukushayisana phakathi kwesiko nemfundo okwenzeka enovelini ethi: lmpi yabomdabu isethunjini ebhalwe ngu JC Buthelezi ngowezi-2015。Kule noveli kubonakala sengathi kukhona ukungaqondi kwabanye abalingiswa ukuthi imfundo iyini nokuthi uma umuntu esefundile kufanele aziphathe kanjani.我们将继续努力,以实现我们的目标。Lokhu kungaqondwa kweqhaza elibanjwe imfundo nesiko emndenini kugcina kudale ukuthi imindeni ingasahambelani ngenxa yokungezwani okudalwa ukusetshenziswa kwemfundo ngendlela engafanele.Kuleli phepha kuhlaziywa izinto ezidala umonakalo ekhaya uma amalungu omndeni engaliqondi isiko okumele lenziwe uma intombazane itholeizingane ekhaya yabe isiyogana yazishiya ekhaya lezo zingane.Uma leli siko lingaqondwa, lokho kungadala omkhulu umonakalo kuze kuhlukane umuzi phakathi imbala. lnhloso yaleli phepha ukuthola ukuthi ikuphi okumele kwenziwe uma imindeni inenkinga yokungaboni ngaso linye ekusetshenzisweni kwamasiko kanye nemfundo.Leli phepha lihlose ukuveza ukuthi imfundo kanye nesiko kungahlanganiswa kanjani ukubumba imindeni ngaphandle kokubukelana phansi.Kuleli phepha kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi.Kusetshenziswe isampula ebizwa ngeprobability kanye nepurposive ukuthola ulwazi kubantu abathile ababambe iqhaza ocwaningweni. lnsizakuhlaziya esetshenziswe kulolu cwaningo ibizwa ngokuthi yi-Cultural theory.Le nsizakuhlaziya iveza ukuthi isiko liyindlela yokuphila eellandwa ngabantu abaningi esizweni.Lakhiwe indlela abantu abaziphatha ngayo eyenza ukuba ligcine seliyinto eyamukelekile.Leli phepha lithole ukuthi abantu abafundile bazibona bengcono kunalabo abangafundile abalandela amasiko.Okuvelile ngukuthi eqinisweni ukufunda okuhle ukubheka impllo ngeso elibanzi, elikwazi ukuhlanganisa amasiko nolwazi lwemfundo ngobuhlakani nangenhloso yokwakha isizwe esisha esingacwasani ngokwezinga lempilo.小说《lmpi yabomdabu isethunjini》中文化与教育的冲突本文分析了2015年出版的JC Buthelezi的小说《lmpi yabomdabu isethunjini》中文化与教育的冲突。小说中的一些人物似乎对文化(传统习俗)与教育之间的关系缺乏理解。巴法纳(Bafana)和波皮(Popi)等人物认为,文化是为没有受过教育的人准备的;他们认为教育比文化更重要。这种冲突之所以成为问题,是因为有些角色最终失去了他们所拥有的一切,这可以说是因为他们没有坚持自己的文化。巴法纳和波皮认为教育使他们比其他社区成员更优秀。本分析采用定性方法作为数据收集方法。之所以使用文化理论来分析数据,是因为该理论展示了人类解释其所处环境的方式。研究结果表明,在这部小说中,教育与文化之间存在着冲突:那些有幸接受教育的人认为他们比那些没有接受过正规教育并坚持文化习俗的人更优秀。而那些没有受过教育的人则同时尊重文化和教育,因为他们认为文化和教育在他们的生活中都很重要。最后,不尊重和不遵循文化的人物失去了他们为之奋斗的一切。而那些尊重和遵循文化的人则拥有了他们想要的一切。文章的结论是,好的教育是从更细致的角度看待生活的,能够同时高度重视具有生命力的传统习俗和教育,从而建立一个不轻视他人的民族。
本文章由计算机程序翻译,如有差异,请以英文原文为准。
求助全文
约1分钟内获得全文 去求助
来源期刊
CiteScore
0.50
自引率
0.00%
发文量
30
期刊介绍: The South African Journal of African Languages is a peer-reviewed research journal devoted to the advancement of African (Bantu) and Khoi-San languages and literatures. Papers, book reviews and polemic contributions of a scientific nature in any of the core areas of linguistics, both theoretical (e.g. syntax, phonology, semantics) and applied (e.g. sociolinguistic topics, language teaching, language policy), and literature, based on original research in the context of the African languages, are welcome. The journal is the official mouthpiece of the African Language Association of Southern Africa (ALASA), established in 1979.
期刊最新文献
An evaluation of PanSALB’s progress in monitoring and managing language rights violations in South Africa Gender assignment in Datooga nouns A discursive construction of self in selected songs by Azeez Fashola (aka Naira Marley) Perceptions about the development of Black South African languages for use in basic education in South Africa Indigenous African language media: practices and processes
×
引用
GB/T 7714-2015
复制
MLA
复制
APA
复制
导出至
BibTeX EndNote RefMan NoteFirst NoteExpress
×
×
提示
您的信息不完整,为了账户安全,请先补充。
现在去补充
×
提示
您因"违规操作"
具体请查看互助需知
我知道了
×
提示
现在去查看 取消
×
提示
确定
0
微信
客服QQ
Book学术公众号 扫码关注我们
反馈
×
意见反馈
请填写您的意见或建议
请填写您的手机或邮箱
已复制链接
已复制链接
快去分享给好友吧!
我知道了
×
扫码分享
扫码分享
Book学术官方微信
Book学术文献互助
Book学术文献互助群
群 号:481959085
Book学术
文献互助 智能选刊 最新文献 互助须知 联系我们:info@booksci.cn
Book学术提供免费学术资源搜索服务,方便国内外学者检索中英文文献。致力于提供最便捷和优质的服务体验。
Copyright © 2023 Book学术 All rights reserved.
ghs 京公网安备 11010802042870号 京ICP备2023020795号-1