Ukuqanjwa kwezikole zaseMaqadini NaseMaphephetheni ngamakhosingenhloso yokulondoloza umlando

IF 0.2 0 LANGUAGE & LINGUISTICS South African Journal of African Languages Pub Date : 2022-09-02 DOI:10.1080/02572117.2022.2139942
M. Msomi, Zamani Msomi
{"title":"Ukuqanjwa kwezikole zaseMaqadini NaseMaphephetheni ngamakhosingenhloso yokulondoloza umlando","authors":"M. Msomi, Zamani Msomi","doi":"10.1080/02572117.2022.2139942","DOIUrl":null,"url":null,"abstract":"Amagama ayinto esemqoka kakhulu. Ayikho into engenalo igama emhlabeni. Amagama aveza okuningi mayelana nomqambi kanye nalowo oqanjwayo. Aqukethe izincazelo eziningi, amanye aqukethe umlando wokuzalwa kwalowo oqanjwe igama kanti amanye aqukethe imizwa yabaqambi begama. Leli phepha licwaninga ukuqanjwa kwamagama ezikole zaseMaqadini naseMaphephetheni ngamagama amakhosi akhona ngenhloso yokulondoloza umlando walezi zigodi. Abacwaningi bahlonza ukuthi ukuqanjwa kwezikole kusetshenziswa amagama amakhosi kubamba elikhulu iqhaza ekulondolozeni umlando wesizwe. Emhlabeni wonke jikelele izikole ziqanjwa amagama bese kuhluka ukuthi lawo magama aqanjwe kanjani kanye nencazelo encike kulawo magama. Leli phepha lihlose ukucubungula ukuthi amagama alezi zikole aqukethe yiphi incazelo. Leli phepha liphinde lihlose ukuhlaziya umlando oqukethwe ngamagama ezikole kanye nomthelela wawo kubafundi. Kulolu cwaningo kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi. Ikhwalithethivu ivumela ukuba umcwaningi enze izingxoxo kubabuzwa abanolwazi ngesihloko. Lapha kusetshenziswe insizakuhlaziya ebizwa nge-Hermeneutics. Ibuka ubuciko obusemibhalweni okuyizindlela imibhalo edlulisa ngayo imilayezo ethile. Amagama anobuciko obuyisimanga ngoba adlulisa imiyalezo eyahlukene, le miyalezo incike kakhulu kumqambi wegama kanye nalowo oqanjwa igama. Isifundonacazelo yisona esisetshenziswe njengenjulalwazi kuleli phepha. Leli phepha lithole ukuthi kulezi zigodi ukuqanjwa kwamagama kuyinto esemqoka. Lithole ukuthi umlando wamakhosi ugcinwa ngokuqanjwa kwezinto ezimqoka ngamagama amakhosi.","PeriodicalId":42604,"journal":{"name":"South African Journal of African Languages","volume":"42 1","pages":"300 - 308"},"PeriodicalIF":0.2000,"publicationDate":"2022-09-02","publicationTypes":"Journal Article","fieldsOfStudy":null,"isOpenAccess":false,"openAccessPdf":"","citationCount":"0","resultStr":null,"platform":"Semanticscholar","paperid":null,"PeriodicalName":"South African Journal of African Languages","FirstCategoryId":"1085","ListUrlMain":"https://doi.org/10.1080/02572117.2022.2139942","RegionNum":0,"RegionCategory":null,"ArticlePicture":[],"TitleCN":null,"AbstractTextCN":null,"PMCID":null,"EPubDate":"","PubModel":"","JCR":"0","JCRName":"LANGUAGE & LINGUISTICS","Score":null,"Total":0}
引用次数: 0

Abstract

Amagama ayinto esemqoka kakhulu. Ayikho into engenalo igama emhlabeni. Amagama aveza okuningi mayelana nomqambi kanye nalowo oqanjwayo. Aqukethe izincazelo eziningi, amanye aqukethe umlando wokuzalwa kwalowo oqanjwe igama kanti amanye aqukethe imizwa yabaqambi begama. Leli phepha licwaninga ukuqanjwa kwamagama ezikole zaseMaqadini naseMaphephetheni ngamagama amakhosi akhona ngenhloso yokulondoloza umlando walezi zigodi. Abacwaningi bahlonza ukuthi ukuqanjwa kwezikole kusetshenziswa amagama amakhosi kubamba elikhulu iqhaza ekulondolozeni umlando wesizwe. Emhlabeni wonke jikelele izikole ziqanjwa amagama bese kuhluka ukuthi lawo magama aqanjwe kanjani kanye nencazelo encike kulawo magama. Leli phepha lihlose ukucubungula ukuthi amagama alezi zikole aqukethe yiphi incazelo. Leli phepha liphinde lihlose ukuhlaziya umlando oqukethwe ngamagama ezikole kanye nomthelela wawo kubafundi. Kulolu cwaningo kusetshenziswe indlela yekhwalithethivu ukuqoqa ulwazi. Ikhwalithethivu ivumela ukuba umcwaningi enze izingxoxo kubabuzwa abanolwazi ngesihloko. Lapha kusetshenziswe insizakuhlaziya ebizwa nge-Hermeneutics. Ibuka ubuciko obusemibhalweni okuyizindlela imibhalo edlulisa ngayo imilayezo ethile. Amagama anobuciko obuyisimanga ngoba adlulisa imiyalezo eyahlukene, le miyalezo incike kakhulu kumqambi wegama kanye nalowo oqanjwa igama. Isifundonacazelo yisona esisetshenziswe njengenjulalwazi kuleli phepha. Leli phepha lithole ukuthi kulezi zigodi ukuqanjwa kwamagama kuyinto esemqoka. Lithole ukuthi umlando wamakhosi ugcinwa ngokuqanjwa kwezinto ezimqoka ngamagama amakhosi.
查看原文
分享 分享
微信好友 朋友圈 QQ好友 复制链接
本刊更多论文
观察海滩和西开普省的学校,以保护历史
阿玛加玛·阿因托(Amagama ayinto esemqoka kakhulu)。世上没有名字。每个不知名的人都会遇到很多单词。他收到了许多其他的迹象,包括被祝福者的历史,以及其他包括圣城的迹象。本页呼吁保留街道和西开普省的学校名称,以保护这些建筑的历史。听众坚持认为,使用美国国王的名字拘留学校对保护国家历史有影响。世界各地的学校都是以单词的引用方式和单词的完整描述来命名和分隔的。本页将尝试说明这些收件人的姓名。本页重申了学校的历史及其对学生的贡献。此对话框用于检索有关校准方法的信息。我认为这是一个很好的例子。这是一个名为解释学的升级。清除标记为已被某些文本读取的文本的拼写。上面列表中此帐户的默认标识将用于将您标识为此帐户的默认身份。该描述最好用作此页面的提示。此页面包含文件名中不允许使用的符号。人们发现,国王的历史是由国王的法令保管的。
本文章由计算机程序翻译,如有差异,请以英文原文为准。
求助全文
约1分钟内获得全文 去求助
来源期刊
CiteScore
0.50
自引率
0.00%
发文量
30
期刊介绍: The South African Journal of African Languages is a peer-reviewed research journal devoted to the advancement of African (Bantu) and Khoi-San languages and literatures. Papers, book reviews and polemic contributions of a scientific nature in any of the core areas of linguistics, both theoretical (e.g. syntax, phonology, semantics) and applied (e.g. sociolinguistic topics, language teaching, language policy), and literature, based on original research in the context of the African languages, are welcome. The journal is the official mouthpiece of the African Language Association of Southern Africa (ALASA), established in 1979.
期刊最新文献
An evaluation of PanSALB’s progress in monitoring and managing language rights violations in South Africa Gender assignment in Datooga nouns A discursive construction of self in selected songs by Azeez Fashola (aka Naira Marley) Perceptions about the development of Black South African languages for use in basic education in South Africa Indigenous African language media: practices and processes
×
引用
GB/T 7714-2015
复制
MLA
复制
APA
复制
导出至
BibTeX EndNote RefMan NoteFirst NoteExpress
×
×
提示
您的信息不完整,为了账户安全,请先补充。
现在去补充
×
提示
您因"违规操作"
具体请查看互助需知
我知道了
×
提示
现在去查看 取消
×
提示
确定
0
微信
客服QQ
Book学术公众号 扫码关注我们
反馈
×
意见反馈
请填写您的意见或建议
请填写您的手机或邮箱
已复制链接
已复制链接
快去分享给好友吧!
我知道了
×
扫码分享
扫码分享
Book学术官方微信
Book学术文献互助
Book学术文献互助群
群 号:604180095
Book学术
文献互助 智能选刊 最新文献 互助须知 联系我们:info@booksci.cn
Book学术提供免费学术资源搜索服务,方便国内外学者检索中英文文献。致力于提供最便捷和优质的服务体验。
Copyright © 2023 Book学术 All rights reserved.
ghs 京公网安备 11010802042870号 京ICP备2023020795号-1