求助PDF
{"title":"非洲作家对妇女成功的看法:人们承认资源已经到位","authors":"Vusumuzi J Nkosi, N. Zondi","doi":"10.1080/02572117.2022.2094054","DOIUrl":null,"url":null,"abstract":"Imibono evezwe kule atikeli igxile enovelini yesiZulu, Usumenyezelwe-ke Umcebo eyabhalwa nguJabulani Mngadi ongomunye wababhali abahloniswayo kwezobuciko besiZulu. Ithuluzi lokucwaninga elibizwa ngokuthi yiStatus Incongruity Hypothesis yilona elisetshenziselwe ukuveza imizwa yababhali mayelana nempumelelo eyaziwa ngokuthi ingeyabesifazane emisebenzini yobuciko. Inoveli kaMngadi ikuveza kucace ukuthi amasiko abomdabu base Afrika awayeseki neze impumelelo yabantu besifazane. Le atikeli ihlose ukwedlulisela umzabalazo wabantu besifazane enkundleni yamasiko nalokho akulindele kubo. Okutholiwe ekucwaningeni wukuthi: (1) eNtshonalanga impumelelo yomuntu wesifazane ithathwa njengeyakhe yena siqu, kanti emiphakathini yabomdabu base Afrika impumelelo yomuntu wesifazane ayithathwa neze njengeyakhe uqobo kodwa njengeyalowo muntu wesilisa omphethe; (2) emiphakathini eminingi emhlabeni impumelelo yomuntu wesifazane ivele inekelwe izwe nje kungabe kusanakwa nokuphepha kwakhe, okukugcina wukuthi (3) emiphakathini yabomdabu yase Afrika umuntu wesifazane oyisihlabani uyajeziswa ngabantu besilisa nabanye abantu besifazane. Atikeli ivumbulule ukuthi kukhona isikhala esikhona ezifundweni zeFeminism ngaphansi kwalesi sihloko sayo nokuthi lesi sikhala singavalwa ngokuthi kusetshenziswe iStatus Incongruity Hypothesis ukuphenya imisebenzi yobuciko besiZulu efana namanoveli, amadrama, izindatshana nezinkondlo.","PeriodicalId":42604,"journal":{"name":"South African Journal of African Languages","volume":"42 1","pages":"144 - 151"},"PeriodicalIF":0.4000,"publicationDate":"2022-05-04","publicationTypes":"Journal Article","fieldsOfStudy":null,"isOpenAccess":false,"openAccessPdf":"","citationCount":"0","resultStr":"{\"title\":\"Imicabango yababhali base-Afrika ngempumelelo yabesifazane: kuhlaziywa inoveli kaJabulani Mngadi ethi Usumenyezelwe-ke Umcebo\",\"authors\":\"Vusumuzi J Nkosi, N. Zondi\",\"doi\":\"10.1080/02572117.2022.2094054\",\"DOIUrl\":null,\"url\":null,\"abstract\":\"Imibono evezwe kule atikeli igxile enovelini yesiZulu, Usumenyezelwe-ke Umcebo eyabhalwa nguJabulani Mngadi ongomunye wababhali abahloniswayo kwezobuciko besiZulu. Ithuluzi lokucwaninga elibizwa ngokuthi yiStatus Incongruity Hypothesis yilona elisetshenziselwe ukuveza imizwa yababhali mayelana nempumelelo eyaziwa ngokuthi ingeyabesifazane emisebenzini yobuciko. Inoveli kaMngadi ikuveza kucace ukuthi amasiko abomdabu base Afrika awayeseki neze impumelelo yabantu besifazane. Le atikeli ihlose ukwedlulisela umzabalazo wabantu besifazane enkundleni yamasiko nalokho akulindele kubo. Okutholiwe ekucwaningeni wukuthi: (1) eNtshonalanga impumelelo yomuntu wesifazane ithathwa njengeyakhe yena siqu, kanti emiphakathini yabomdabu base Afrika impumelelo yomuntu wesifazane ayithathwa neze njengeyakhe uqobo kodwa njengeyalowo muntu wesilisa omphethe; (2) emiphakathini eminingi emhlabeni impumelelo yomuntu wesifazane ivele inekelwe izwe nje kungabe kusanakwa nokuphepha kwakhe, okukugcina wukuthi (3) emiphakathini yabomdabu yase Afrika umuntu wesifazane oyisihlabani uyajeziswa ngabantu besilisa nabanye abantu besifazane. Atikeli ivumbulule ukuthi kukhona isikhala esikhona ezifundweni zeFeminism ngaphansi kwalesi sihloko sayo nokuthi lesi sikhala singavalwa ngokuthi kusetshenziswe iStatus Incongruity Hypothesis ukuphenya imisebenzi yobuciko besiZulu efana namanoveli, amadrama, izindatshana nezinkondlo.\",\"PeriodicalId\":42604,\"journal\":{\"name\":\"South African Journal of African Languages\",\"volume\":\"42 1\",\"pages\":\"144 - 151\"},\"PeriodicalIF\":0.4000,\"publicationDate\":\"2022-05-04\",\"publicationTypes\":\"Journal Article\",\"fieldsOfStudy\":null,\"isOpenAccess\":false,\"openAccessPdf\":\"\",\"citationCount\":\"0\",\"resultStr\":null,\"platform\":\"Semanticscholar\",\"paperid\":null,\"PeriodicalName\":\"South African Journal of African Languages\",\"FirstCategoryId\":\"1085\",\"ListUrlMain\":\"https://doi.org/10.1080/02572117.2022.2094054\",\"RegionNum\":0,\"RegionCategory\":null,\"ArticlePicture\":[],\"TitleCN\":null,\"AbstractTextCN\":null,\"PMCID\":null,\"EPubDate\":\"\",\"PubModel\":\"\",\"JCR\":\"0\",\"JCRName\":\"LANGUAGE & LINGUISTICS\",\"Score\":null,\"Total\":0}","platform":"Semanticscholar","paperid":null,"PeriodicalName":"South African Journal of African Languages","FirstCategoryId":"1085","ListUrlMain":"https://doi.org/10.1080/02572117.2022.2094054","RegionNum":0,"RegionCategory":null,"ArticlePicture":[],"TitleCN":null,"AbstractTextCN":null,"PMCID":null,"EPubDate":"","PubModel":"","JCR":"0","JCRName":"LANGUAGE & LINGUISTICS","Score":null,"Total":0}
引用次数: 0
引用
批量引用
Imicabango yababhali base-Afrika ngempumelelo yabesifazane: kuhlaziywa inoveli kaJabulani Mngadi ethi Usumenyezelwe-ke Umcebo
Imibono evezwe kule atikeli igxile enovelini yesiZulu, Usumenyezelwe-ke Umcebo eyabhalwa nguJabulani Mngadi ongomunye wababhali abahloniswayo kwezobuciko besiZulu. Ithuluzi lokucwaninga elibizwa ngokuthi yiStatus Incongruity Hypothesis yilona elisetshenziselwe ukuveza imizwa yababhali mayelana nempumelelo eyaziwa ngokuthi ingeyabesifazane emisebenzini yobuciko. Inoveli kaMngadi ikuveza kucace ukuthi amasiko abomdabu base Afrika awayeseki neze impumelelo yabantu besifazane. Le atikeli ihlose ukwedlulisela umzabalazo wabantu besifazane enkundleni yamasiko nalokho akulindele kubo. Okutholiwe ekucwaningeni wukuthi: (1) eNtshonalanga impumelelo yomuntu wesifazane ithathwa njengeyakhe yena siqu, kanti emiphakathini yabomdabu base Afrika impumelelo yomuntu wesifazane ayithathwa neze njengeyakhe uqobo kodwa njengeyalowo muntu wesilisa omphethe; (2) emiphakathini eminingi emhlabeni impumelelo yomuntu wesifazane ivele inekelwe izwe nje kungabe kusanakwa nokuphepha kwakhe, okukugcina wukuthi (3) emiphakathini yabomdabu yase Afrika umuntu wesifazane oyisihlabani uyajeziswa ngabantu besilisa nabanye abantu besifazane. Atikeli ivumbulule ukuthi kukhona isikhala esikhona ezifundweni zeFeminism ngaphansi kwalesi sihloko sayo nokuthi lesi sikhala singavalwa ngokuthi kusetshenziswe iStatus Incongruity Hypothesis ukuphenya imisebenzi yobuciko besiZulu efana namanoveli, amadrama, izindatshana nezinkondlo.